Msuzwane uyangena emthini yokukhipha isichitho, umsuzwane uyahogelwa uma uphethe yikhanda, izimpande zomsuzwane uyangena emthini yokuvula amaphupho.
Mahlengi kunini umuntu ehamba izinyanga ekhipha eshisiwe Mali le😲 kodwa zange ngiyibone le engiybona ngenduku yakho umsuzwane uwodwa, I recently shared my story ngomuntu wami ebesena 2yrs sagcinana wabuya and I mentioned ukuthi bengingakawsebenzisi umsuzwane by the time; sengigqumileke manje 2dayz ngigeza ngifutha futhi ngiwufaka phansi kamatras, yey bo yadlala ifilm namuhla😯 ngasibona isigilamkhuba sazisholo sona, yaz iphupho lifike likhanye bha ngaze ngaphaphama, ngaphinde ngazumeka ngalala labuya same dream laqhubeka🤞aykaze yenzeka intwenje in my life, sengiyamazi umuntu onesandla ekuvimbeni iprogress yempilo yami
Nikiwe Jomo ngisebenzise umsuzwane ngagquma ngageza ngagabha,ay kulokhu kudlala ama film nje wodwa,namhlanje ngiphupha umfula ugcwele kodwa amanzi akhona acwebile kunabelungu abezongiwelisa kodwa bebema ngaphesheya komfula......emanzini kubenezithunzi zabo sengathi bayabhukuda if besemanzin amakhanda abelungu kodwa isingezansi ofish........angazi noma kusayindlela osebenza ngayo yin umsuzwane.
Umsuzwana umuthi okhipha isichitho udume kakhulu ngokukhipha isichitho, kodwa usuke uhambisana neminye imithi ukuze wenze umsebenzi omuhle wokukhipha isichitho, uyasikhipha nesichitho esiqhamuka ngaphakathi, ukuze ukhiphe isichitho uyathakwa neminye imithi okubalwa uMavumbuka umuthi, uMvuthuza umuthi kanye neminye imithi.
Bandile Ngibingelele ekhaya bengicela ngafunda ngenduku yokuzikilina yomsuzwane , ngithi isandla sedlula ikhanda ubuyile ubaba wengane emvakweminyaka emibili ingane engayazi engondli ngthi nje ufikile wazoyilanda ingane wahlala nayo u two weeks wonke wayithengela nezimpahla zamakhaza ezincane wase eyepha u R500 isibuya ngayihlangabeza nami wafika wangithi fa ngo R400 wathi uyabonga ukthi ngibekezele ngkhulise ingane ngedwa kukhulu kuyeza usefona usuku nosuku uthe uyeza uzosibona Friday ufuna sixoxe ngbonge kakhulu ngthi kuwe okungakalungi bekezela kuzolunga ngyabonga.
Nomsa Ceza Izolo ebusuku ngithathe umsuzwane ngagquma ngawo ngase ngithathe omunye ngawufaka ngaphandle komqamelo. Ngimangele ukuth okuvelile kube umawam ovelile benosisi wami. Ephushen bengiphahla ngikhanyise ikhandlela ngikhuluma naye umama ukuthi akangikhanyisele ngiphumelele kodwa kunalokho kuvesane kwaba nomoya wafika yena wacima ikhandlela kwabamnyama endlini and usisi wam yena behleka ethi ubuthi wenzan ngoba uyaz ukuthi umama ngeke akwenze lokho.
Susa izinduna ebusweni ezingapheli. Umuthi wokususa izinduna ebusweni, izinduna ezinenkani, induku yokususa izinduna uhlanze ubuso bube kilini, noma ngabe izinduna zesichitho.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |